UHerode wayesezibiza ngasese izazi, wazibuzisisa ngesikhathi inkanyezi ebonakale ngaso, wazithuma eBhethlehema, wathi: “Hambani nifike nibuzisise ngomntwana, kuyothi nxa nimtholile ningibikele ukuze nami ngiye ngiyokhuleka kuye.” Seziyizwile inkosi, zaqhubeka nohambo. Inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho ekhona umntwana. Zathi zingayibona inkanyezi, zathokoza ngokuthokoza okukhulu kakhulu. Zase zingena endlini, zabona umntwana nonina uMariya, zawa phansi, zakhuleka kuye. Zavula amagugu azo, zamkhunga ngezipho: igolide, amakha, nenhlaka. Emveni kokuba sezixwayisiwe ngephupho ukuba zingabuyeli kuHerode, zaphindela ezweni lakubo ngenye indlela.
Funda NgokukaMathewu 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 2:7-12
3 Days
Reflections on the events of Good Friday told by characters from the nativity stories. An imaginative exploration of the wonder of the nativity and the sacrifice of the crucifixion.
5 Days
Every good story has a plot twist—an unexpected moment that changes everything. One of the biggest plot twists in the Bible is the Christmas story. Over the next five days, we’ll explore how this one event changed the world and how it can change your life today.
7 Days
There’s something special about Christmas that tends to bring out the best in all of us. We’re usually kinder, more generous, and spend more time with those we love. But what if it didn’t have to end in December? What if we could celebrate Christmas every day?
Christmas is supposed to be a season of joy –– but what exactly is joy and how do you choose it when the world is filled with hurt and hardship? Discover what “joy to the world” really means by immersing yourself in the Christmas story with this special, 7-day Christmas Plan.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo