USathane wayesemuka ebukhoneni bukaSimakade. Wamshaya uJobe ngamathumba amabi, kusukela ematheni onyawo kuze kube sokhakhayini. UJobe wathatha udengezi ukuba azenwaye ngalo; wayehleli emlotheni. Umkakhe wayesethi kuye: “Usabambelele yini ebumsulweni bakho na? Thuka uNkulunkulu, ufe.” Kepha uJobe wathi kuye: “Ukhulumisa okowesifazane oyisiwula. Siyakwamukela okuhle kuphela yini kuNkulunkulu, asiyukwamukela yini nokubi na?” Kukho konke lokho uJobe akonanga ngomlomo wakhe.
Funda UJobe 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 2:7-10
7 Days
Life is full of setbacks, losses, disappointments, and pain. “The Art of Overcoming” will help you deal with loss, grief, and hurt. It’s about refusing to allow the things that look like endings to discourage or derail you. Instead, let God turn them into beginnings. When life is confusing and difficult, don’t give up. Look up. No matter what difficult moment or painful loss you’re facing, God is with you.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo