KwabaseGalathiya 6:3-5

KwabaseGalathiya 6:3-5 ZUL20

Ngokuba uma kukhona ozishaya utho abe engelutho, uyazikhohlisa. Kepha makube yilowo nalowo ahlole owakhe umsebenzi, khona eyakuzincoma ngawo, angawuqhathanisi nowomunye. Ngokuba yilowo nalowo muntu uyakuthwala umthwalo wakhe.