Kwathi emihleni abahlulela ngayo abahluleli kwaba khona indlala ezweni. Umuntu othile waseBetlehema Juda waya ukuyohlala ezweni lakwaMowabi, yena nomkakhe, namadodana akhe amabili. Igama lalowo muntu lalingu-Elimeleki, igama lomkakhe lalinguNawomi, amagama amadodana akhe amabili ayengoMahaloni noKiliyoni; babe ngama-Efratha aseBetlehema Juda. Bafika ezweni lakwaMowabi, bahlala khona. U-Elimeleki umyeni kaNawomi wafa; kepha yena wasala namadodana akhe amabili. Azithathela abafazi kwabesifazane bakwaMowabi; igama lomunye lalingu-Orpa, igama lomunye lalinguRuthe; bahlala khona kwangathi iminyaka eyishumi.
Funda URuthe 1
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: URuthe 1:1-4
4 Izinsuku
Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezine lusebenza njengokuhlaziywa kwencwadi kaRuthe, lukhombisa ukwethembeka kukaNkulunkulu, ukunakekela, ukuhlenga, kanye nozwelo. Uma uzizwa ulahlekile, noma sengathi ungaphandle usaxakekile, indaba kaRuthe izokukhuthaza futhi ikunikeze ithemba, ikukhumbuze ukuthi uJesu, uMhlengi wethu omkhulu, uthululela umusa Wakhe kwabathobekile.
5 Days
Few people do we emotionally relate to in the Bible more than Ruth; a poor, widowed foreigner who made God her priority and watched as He transformed her life. If you’re looking for some encouragement in your circumstances, don’t miss this reading plan!
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo