Ngakho ngiyanincenga, bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandeka kuNkulunkulu, kube ngukukhonza kwenu kokuqonda; ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibe ntsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu, okuhle, nokuthandekayo, nokupheleleyo. Ngokuba ngomusa engiwuphiweyo ngisho kulowo nalowo phakathi kwenu ukuthi angacabangi athi mkhulu kunalokho afanele ukukucabanga, kodwa acabange kube ngokuqonda, njengalokho uNkulunkulu abele lowo nalowo isilinganiso sokukholwa. Ngokuba njengalokhu sinezitho eziningi emzimbeni munye, kepha izitho zonke azinamsebenzi munye, kanjalo thina esibaningi simzimba munye kuKristu, kepha ngabanye siyizitho, omunye esomunye. Sinezipho zomusa ezahlukileyo ngokomusa esiwuphiweyo; uma singesokuprofetha, asiprofethe ngesilinganiso sokukholwa; uma singesokukhonza, kube senkonzweni; ofundisayo, kube sekufundiseni, oyalayo, ekuyaleni; owabayo, enze ngobuqotho; oholayo, ngenkuthalo; ohawukelayo, ngentokozo.
Funda KwabaseRoma 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseRoma 12:1-8
3 Days
If voices of insecurity, doubt, and fear are not confronted, they will dictate your life. You cannot silence these voices or ignore them. In this 3-day reading plan, Sarah Jakes Roberts shows you how to defy the limitations of your past and embrace the uncomfortable to become unstoppable.
5 Days
Being a new creation in Christ means that we are being constantly renewed through Him. God renews our hearts, minds, and body. He even renews our purpose. During this 5-day Bible Plan, you will dive deeper into what God's Word says about renewal. Each day, you will get a Bible reading and a brief devotional that will help reflect on the different ways we experience God's renewal. For more content, check out finds.life.church
Do you ever feel like you have little control over the thoughts in your head? Most of us struggle with negativity, worry, and other toxic thoughts. In this 5-day Bible Plan, we’ll learn how to overhaul toxic thoughts, reset our minds, and focus our thinking on Christ.
You were designed to achieve great things! You are unique in your being, your personality, your abilities, and your relationships. And there is no one else on the face of the earth who can live your life and accomplish your good. So don’t waste your life. Do things that matter!
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo