“Kuyo ingelosi yebandla lase-Efesu loba ukuthi: “Nakhu akushoyo ophethe izinkanyezi eziyisikhombisa esandleni sakhe sokunene, ohamba phakathi kwezinti zezibani eziyisikhombisa zegolide, uthi: Ngiyayazi imisebenzi yakho, nemizamo yakho, nokubekezela kwakho, nokuthi kawunakubamela ababi; wabavivinya abazisho ukuthi bangabaphostoli bengesibo, wabafumana beqamba amanga; unokubekezela, wakhuthazela ngenxa yegama lami, kawukhathalanga. “Kepha nginalokhu ngawe ukuthi uluyekile uthando lwakho lwakuqala; ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki. Kepha unalokhu ukuthi uyayizonda imisebenzi yamaNikolawu engiyizondayo nami. “Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila oseParadisi* likaNkulunkulu.
Funda IsAmbulo 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IsAmbulo 2:1-7
12 Days
Welcome to the Hymn of Heaven devotional series. Each daily reading coincides with a different song from my album, Hymn of Heaven. These songs were written to inspire worship in listeners' hearts, and I pray this series does the same as you read along. Huge thanks to my friend and pastor, Benji Horning, for helping me bring these thoughts to life. We pray you are blessed!
25 Days
Start a new Christmas tradition with a non-traditional twist on the season of Advent. An ideal start date for this adventure is December 1st, while an earlier start allows a more relaxed pace. Includes reflection questions and action steps to center each day on Christ. Great for individuals, families, or small groups.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo