AmaHubo 30:4-5

AmaHubo 30:4-5 ZUL59

Dumisani uJehova nina enimkhonzayo, nibonge igama lakhe elingcwele. Ngokuba ukuthukuthela kwakhe kuba ngokomzuzwana nje, umusa wakhe uba ngowokuphila konke; kusihlwa kungena ukukhala, ekuseni ukujabula.