AmaHubo 3:1-4

AmaHubo 3:1-4 ZUL59

Hhawu, Jehova, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo. Baningi abathi emphefumulweni wami: “Akukho ukusinda kwakhe kuNkulunkulu.” Sela* Kepha wena Jehova uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami. Ngezwi lami ngiyakhala kuJehova; yena uyangiphendula esentabeni yakhe engcwele. Sela*

Funda AmaHubo 3