AmaHubo 18:2-3

AmaHubo 18:2-3 ZUL59

Jehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami; uNkulunkulu wami uyidwala lami engiphephela kulo, nesihlangu sami, nophondo lokusindiswa kwami, inqaba yami ephakemeyo. Ngiyamemeza kuJehova odumisekayo, ngisindiswe ezitheni zami.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 18:2-3