UJehova unesihe nobumnene; uyephuza ukuthukuthela, mkhulu ngomusa. UJehova muhle kubo bonke; uyayihawukela imisebenzi yakhe yonke. Yonke imisebenzi yakho iyakukudumisa, abangcwele bakho bakubonge. Ngenkazimulo yombuso wakho bayakukhuluma, bashumayele ngamandla akho ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandla nenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.
Funda AmaHubo 145
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 145:8-12
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo