AmaHubo 118:5-7

AmaHubo 118:5-7 ZUL59

Engcingweni yami ngakhuleka kuJehova, uJehova wangiphendula endaweni ebanzi. UJehova ungakimi, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na? UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo; ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.