Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Makathi u-Israyeli: “Yebo, umusa wakhe umi phakade.” Mayithi indlu ka-Aroni: “Yebo, umusa wakhe umi phakade.” Mabathi abamesabayo uJehova: “Yebo, umusa wakhe umi phakade.” Engcingweni yami ngakhuleka kuJehova, uJehova wangiphendula endaweni ebanzi. UJehova ungakimi, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na? UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo; ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.
Funda AmaHubo 118
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 118:1-7
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo