AmaHubo 103:15-17

AmaHubo 103:15-17 ZUL59

Izinsuku zomuntu zinjengotshani; uyakhahlela njengembali yasendle. Ngokuba umoya uyadlula phezu kwayo, bese yinyamalala, nendawo yayo ingabe isayazi. Kepha umusa kaJehova uphezu kwabamesabayo kwaphakade kuze kube phakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana