KwabaseFilipi 1:21-23
KwabaseFilipi 1:21-23 ZUL59
Ngokuba kimina ukuphila kunguKristu, ukufa kuyinzuzo. Kepha uma ukuphila enyameni kuyisithelo somsebenzi kimi, angisakwazi engizakukukhetha. Kepha ngiphakathi kokubili; nginesifiso sokumuka ngibe noKristu, ngokuba yikhona okuhle kakhulu