Wayesengena emkhunjini; abafundi bakhe bamlandela. Bheka, kwavuka isiphepho esikhulu elwandle, umkhumbi waze wagujuzelwa ngamaza; kepha yena wayelele. Basondela, bamvusa, bathi: “Nkosi, sisindise, safa.” Wayesethi kubo: “Nesabelani nina bokukholwa okuncane na?” Khona wavuka wakhuza umoya nolwandle, kwaba khona ukuthula okukhulu. Kepha abantu bamangala, bathi: “Unjani lo ukuba nomoya nolwandle kumlalele na?”
Funda NgokukaMathewu 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 8:23-27
7 Days
Are you someone who routinely gives in to fear? Or do you consistently live by faith? In this devotional, learn how to take steps of faith, so that you give God the opportunity to showcase His power in your seemingly impossible situation. Be inspired by a personal testimony about walking fearlessly through the valley of the shadow of death. Learn to live without giving fear a foothold in your life.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo