NgokukaMathewu 23:2-4

NgokukaMathewu 23:2-4 ZUL59

wathi: “Ababhali nabaFarisi bahlezi esihlalweni sikaMose. Ngakho-ke konke abanitshela khona, kwenzeni, nikugcine, kodwa ningenzi njengemisebenzi yabo; ngokuba bayakhuluma, bangenzi; babopha imithwalo enzima, bayibeke emahlombe abantu; kepha bona abavumi ukuyifukula ngomunwe wabo.