NgokukaMathewu 13:57-58

NgokukaMathewu 13:57-58 ZUL59

Bakhubeka ngaye. Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo nasendlini yakwabo.” Akenzanga lapho imisebenzi eminingi yamandla ngenxa yokungakholwa kwabo.