Wathi kubo: “Zindaba zini lezi enikhuluma ngazo omunye nomunye nihamba na?” Base bema benyukumele. Omunye, nguKleyophase igama lakhe, waphendula, wathi kuye: “Wena uyisihambi eJerusalema, ungoyedwa ongazazi izinto ezenzekileyo khona ngalezi zinsuku na?” Wayesethi kubo: “Zinto zini na?” Bathi kuye: “NgoJesu waseNazaretha obengumprofethi onamandla ngesenzo nangezwi phambi kukaNkulunkulu nabantu bonke, ukuthi abapristi abakhulu nababusi bethu bamkhaphela ukunqunyelwa ukufa, baze bambethela esiphambanweni. Thina-ke besethemba ukuthi nguye ozakuhlenga u-Israyeli; kodwa phezu kwalokho konke sekulusuku lwesithathu lezo zinto zenzekile.
Funda NgokukaLuka 24
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaLuka 24:17-21
7 Days
Life has a way of getting us down. Whether it’s the loss of a job, a financial crisis, or a broken relationship, each of us knows the taste of disappointment. Knowing how to bounce back from these struggles is vital if we are to fully experience God’s provision and grace in our lives. In this series, Dr. Evans provides the biblical foundation for learning how to handle disappointment in our everyday lives.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo