UJoshuwa 1:6-7

UJoshuwa 1:6-7 ZUL59

“Qina, ume isibindi, ngokuba uyakwenza ukuba laba bantu badle izwe engalifungela oyise ukubanika lona. Qina kuphela, ume isibindi kakhulu, uqaphele ukwenza ngokomthetho wonke akuyala ngawo uMose inceku yami, ungaphambuki kuwo ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ukuba ube nempumelelo nomaphi lapho uya khona.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJoshuwa 1:6-7