NgokukaJohane 17:6-10

NgokukaJohane 17:6-10 ZUL59

“Ngibonakalisile igama lakho kubantu ongiphe bona kwabasezweni; babengabakho, wangipha bona; baligcinile izwi lakho. Sebazi ukuthi konke ongiphe khona kuvela kuwe. Ngokuba amazwi ongiphe wona ngibaphile wona, bawamukela, bazi isibili ukuthi ngavela kuwe, bakholwa ukuthi wangithuma wena. Ngiyabakhulekela bona; angikhulekeli izwe kepha labo ongiphe bona, ngokuba bengabakho. Konke okwami kungokwakho, nokwakho kungokwami; ngikhazimulisiwe kubona.

Ividiyo ye- NgokukaJohane 17:6-10