UJeremiya 17:5-7

UJeremiya 17:5-7 ZUL59

Usho kanje uJehova, uthi: “Uqalekisiwe umuntu othemba kubantu, ayenze inyama ibe yingalo yakhe, nonhliziyo yakhe isuka kuJehova. Uyakuba njengesihlahla esiyize ehlane, angaboni ukuthi kuyeza okuhle, uyakuhlala ezindaweni ezishileyo ehlane, ezweni likasawoti elingahlalwa muntu. “Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova, nothemba lakhe linguJehova.