AbAhluleli 5:6-7

AbAhluleli 5:6-7 ZUL59

“Ezinsukwini zikaShamgari indodana ka-Anati, ezinsukwini zikaJayeli imendo yayishiyiwe; ababeyakuhamba ngemendo bahamba ngemikhondo. Abaholi baphela kwa-Israyeli, banqamuka, ngaze ngavuka mina Debora, ngavuka ngingunina kwa-Israyeli.