EkaJakobe 4:5-7

EkaJakobe 4:5-7 ZUL59

Niyacabanga yini ukuthi umbhalo usho ngeze ukuthi: “Umoya awuhlalisa kithi unxanela ngokomhawu,” na? Kodwa unika umusa ngokwenezela; ngakho uthi: “UNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.” Ngakho thobelani uNkulunkulu, kepha nimelane noSathane, khona uyakunibalekela

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne EkaJakobe 4:5-7