Ngokuba izwi likaNkulunkulu liphilile, linamandla, libukhali kunezinkemba zonke ezisika nhlangothi zombili, lihlaba kuze kwahlukaniswe umphefumulo nomoya, amalungu nomnkantsha, lahlulela imicabango nezizindlo zenhliziyo; futhi akukho nto edaliweyo engabonakali phambi kwakhe, kepha konke kwambuliwe kusobala emehlweni akhe esiyakuzilanda kuye. Ngakho-ke lokhu sinomPristi omkhulu kakhulu odabulile amazulu, uJesu iNdodana kaNkulunkulu, masibambelele kuso isivumo sethu. Ngokuba asinaye umPristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu, kepha olingiwe kukho konke njengathi, engenasono. Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni somusa ukuba samukeliswe isihawu, sifumane umusa wokusiza ngesikhathi esifaneleyo.
Funda KumaHeberu 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KumaHeberu 4:12-16
3 Days
If you’re tired, burnt out, doubting your faith, or wondering how to access God’s presence, this three-day Bible Plan is for you. Craig Groeschel, senior pastor of Life.Church, uses Hebrews 4 as a guide to finding rest, finding faith, and finding God. With short videos each day, Craig will guide you through three powerful Let Us invitations. Let’s start.
5 Days
Encouragement from a mom who launched her 7 children and lived to tell about it. Robin Meadows is an author and relationship coach. This plan is part one of twelve in this series.
It’s easy to feel overwhelmed, ill-equipped, and just plain lost when it comes to God's Word. My aim is to simplify the process of Bible Study for you in a few ways by teaching you three of the most important principles of successful Bible Study. Join this plan and discover how to read the Bible not just for information, but for life transformation today!
7 Days
Everyday Supernatural explores what the Spirit-empowered life looks like for every Christian. God intended for each one of us to consciously depend on the Holy Spirit and use supernatural gifts as everyday tools. Relying on the Holy Spirit is not weird, full of hype, or something only for certain parts of the Church. It’s for anyone who wants to know God more fully.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo