KwabaseGalathiya 5:14-16

KwabaseGalathiya 5:14-16 ZUL59

Ngokuba umthetho wonke ugcwalisiwe ezwini linye lokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengokuba uzithanda wena.” Kepha uma nilumana, nidlana, qaphelani ukuba ningaqedani. Kepha ngithi: Hambani ngoMoya, khona aniyikufeza izinkanuko zenyama.