Umukhwe kaMose esebona konke abenzela khona abantu, wathi: “Kuyini lokhu obenzela khona bantu na? Uhlalelani wedwa, abantu bonke bemi ngakuwe kusukela ekuseni kuze kuhlwe na?” UMose wathi kumukhwe wakhe: “Kungokuba abantu beza kimi ukuyombuza uNkulunkulu. Uma benendaba, beza kimi; ngiyahlulela phakathi komuntu nomakhelwane wakhe, ngibazise izimiso zikaNkulunkulu nemithetho yakhe.” Umukhwe kaMose wathi kuye: “Lokhu okwenzayo akukuhle. Uyakudinwa nokudinwa, wena nalaba bantu abanawe, ngokuba lokhu kuyakusinda; awunakukwenza uwedwa.
Funda U-Eksodusi 18
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Eksodusi 18:14-18
5 Izinsuku
Njengoba sibheka uhambo lukaMose nabakwa-Israyeli ehlane, singafunda okuningi ngendlela uNkulunkulu angahamba ngayo nathi ezikhathini ezinzima. Kunezikhathi zasehlane empilweni yekholwa. Nokho, uNkulunkulu ufuna ukusinika amandla okuhamba ogwadule futhi sinqobe. Usibeke njengengxenye yomzimba wakhe (umzimba kaKristu) ukuze singahambi sodwa. Kulo mthandazo, sizobheka ukuthi ungazikhuthaza kanjani futhi ube nabantu abanawe ngisho nasesikhathini esinzima. Kwangathi ungabusiswa ngokwazi ubukhona bukaNkulunkulu ngisho nasekuvivinyweni.
6 Days
What advice do a few lesser known biblical figures have to give Millennials and/or Gen Z-ers? Find out in this 6-day Bible Plan.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo