Ngakho makungabikho muntu onilahla ngokudla nesiphuzo, noma ngemikhosi, noma ukwethwasa kwenyanga, noma amasabatha, okuyisithunzi nje salokhu obekuzakuza; kepha umzimba ngokaKristu. Makungabikho muntu onamuka umvuzo wenu, othanda ukuzenza othobile ekhonza izingelosi, ephike ngemibono yakhe, ezikhukhumeza ngeze ngengqondo yakhe yenyama, engabambeleli kuye oyinhloko, okungaye umzimba wonke usizwa, uhlanganiswa ngamalungu nemisipha, ukhula ngokukhula kukaNkulunkulu. Uma nifile kanye noKristu nakhululwa ezifundisweni zokucathula kwezwe, yini ukuba okungathi nisaphila ngokwezwe nithobele izifundiso zokuthi: “Ungaphathi, ungezwa ngolimi, ungathinti,” okuphela konke ngokudliwa ngokweziyalezo nezifundiso zabantu ezinegama lokuhlakanipha kambe ngokuzikhethela inkonzo, nangokuzithoba, nangokuhlupha umzimba; akusizi lutho maqondana nokuzithiba kwenyama.
Funda KwabaseKolose 2
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseKolose 2:16-23
4 Izinsuku
Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezine luhlola incwadi kaPawulu eya kwabaseKolose, lapho ephikisana nemfundiso yamanga ngokusikhumbuza ukuthi uJesu - Emkhulu futhi wanele - wenza umhlaba wonke futhi wahlenga isintu. UPawulu unikeza nokuhlakanipha ngobuhlobo emindenini, ngomthandazo, ukuphila okungcwele, nokuthi kusho ukuthini ubunye othandweni.
5 Days
In this five-day reading plan, Dr. Tony Evans will journey with you through the first section of Hebrews (1:1—3:6) and discuss Jesus: The Superior Person. Hebrews was written to encourage believers to never give up. So, if you have ever faced discouragement in your journey of faith, then this is the book you should study to find encouragement and hope to finish the race of faith well.
25 Days
Don’t let the busyness and pressure of this holiday season rob you of the joy and true celebration of our Savior Jesus this December! Receive daily encouragement through Pastor Greg Laurie’s special Christmas devotions, as he reflects on the true meaning of this most celebrated time of the year. Harvest Ministries with Greg Laurie
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo