IzEnzo 1:16-18

IzEnzo 1:16-18 ZUL59

“Madoda, bazalwane, kwakumelwe ukuba kugcwaliseke umbhalo uMoya oNgcwele awukhulumayo ngaphambili ngomlomo kaDavide ngoJuda owayengumholi kulabo ababamba uJesu, ngokuba wayebalwe kanye nathi, wathola isabelo kule nkonzo.” Lowo-ke wazuza insimu ngomvuzo wokungalungi, wawa ngekhanda, waqhuma phakathi, nezibilini zakhe zonke zachitheka

Funda IzEnzo 1