2 kuThimothewu 4:7-9

2 kuThimothewu 4:7-9 ZUL59

Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiqedile ibanga, ngigcinile ukukholwa; sengibekelwe umqhele wokulunga eyakungipha wona ngalolo suku iNkosi, umahluleli olungileyo, kungeyimi ngedwa, kepha bonke abathandile ukubonakala kwayo. Shesha uze kimi masinyane.