2 kwabaseKorinte 11:30-31

2 kwabaseKorinte 11:30-31 ZUL59

Uma ngimelwe ukuzibonga, ngiyakuzibonga ngobuthakathaka bami. UNkulunkulu noYise weNkosi uJesu, obongekayo phakade naphakade, uyazi ukuthi angiqambi amanga.