Ngokuba isixuku sabantu, abaningi bakwa-Efrayimi nakwaManase nakwa-Isakare nakwaZebuloni, sasingazihlambululanga, salidla iphasika ngokungalotshiwe. Ngokuba uHezekiya wayebakhulekele ngokuthi: “UJehova omuhle makathethelele bonke ababebhekisa izinhliziyo zabo ukufuna uNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu wawoyise, noma kungenjengokuhlanjululwa kwendlu engcwele.”
Funda 2 iziKronike 30
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 iziKronike 30:18-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo