Woyala ngalezo zinto, ufundise ngazo. Makungabikho muntu odelela ubusha bakho, kepha yiba yisibonelo kwabakholwayo ngezwi, nangenkambo, nangothando, nangokukholwa, nangokuhlanzeka. Nakekela ukufunda, nokuyala, nokufundisa, ngize ngifike. Ungasidebeseli isiphiwo esikuwe, owasiphiwa ngezwi lokuprofetha nangokubekwa izandla ngamalunga.
Funda 1 kuThimothewu 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kuThimothewu 4:11-14
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo