1 kwabaseKorinte 3:21-23

1 kwabaseKorinte 3:21-23 ZUL59

Ngakho-ke akungabikho ozibongayo ngabantu, ngokuba konke kungokwenu, noma uPawulu, noma u-Apholo, noma uKhefase, noma izwe, noma ukuphila, noma ukufa, noma okukhona, noma okuzakuba khona; konke kungokwenu; nina-ke ningabakaKristu, uKristu ungokaNkulunkulu.