Iso alinakusho esandleni ukuthi: “Angikudingi;” nekhanda futhi alinakusho ezinyaweni ukuthi: “Anginidingi.” Kanti ngempela lezo zitho zomzimba ezingathi zibuthakathaka kunezinye ziyadingeka; nalezo zitho zomzimba ezingathi zidelelekile kunezinye, yizona esizazisa kakhulu; nalezo esinamahloni ngazo zihlonipheka kakhulu. Kanti lezo ezinesimo esihle azikudingi lokho. Kepha uNkulunkulu wawuhlanganisa umzimba, enika esidelelekileyo udumo olukhulu kakhulu, ukuze kungabikho ukwahlukana emzimbeni, kepha izitho zonke zinakekelane ngokufanayo. Uma kuhlupheka isitho sinye, kuhlupheka izitho zonke kanye naso; uma kudunyiswa isitho sinye, kujabula izitho zonke kanye naso.
Funda 1 kwabaseKorinte 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseKorinte 12:21-26
5 Izinsuku
UNkulunkulu uluthando. Ngakho-ke, umyalo wakhe omkhulu kithi kwakuwukuMthanda ngeziqu zethu zonke. Umyalo wakhe olandelayo wawuwukuthanda abanye. Nokho, ngezinye izikhathi singahlukaniswa phakathi kwezimo ezimbili ezeqisayo: ukuba semthethweni nokungabi namthetho. Futhi alubonisi uthando lukaNkulunkulu. Kubalulekile ukulalela isikhuthazo sikaJesu kubafundi bakhe sokuba baqaphele kokubili ukweqisa. Kunalokho, masihlale sigxile emsebenzini wethu owumgogodla - ukuphishekela uNkulunkulu wothando!
6 Days
What advice do a few lesser known biblical figures have to give Millennials and/or Gen Z-ers? Find out in this 6-day Bible Plan.
7 Days
Churches call them small groups, cell groups, and LifeGroups. Names aside, they exist to create meaningful relationships amongst Christ followers. But why? Are these the people we navigate our mostly comfortable Christian lives with, or is there something more? This Bible plan, by the Life.Church LifeGroups team, is for anyone who thinks God can use their small group to cause massive growth.
You know God offers you a more abundant life than the one you're living, but the sad truth is comparison holds you back from going to the next level. In this reading plan Anna Light uncovers insights that will shatter the lid comparison puts on your capabilities, and help you live the free and abundant life God designed for you.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo