Kepha lokho kwaba yizibonelo kithi, size singafisi okubi, njengalokho bona babekufisa. Futhi ningabi ngabakhonza izithombe njengabanye kubo, njengokulotshiweyo ukuthi: “Abantu bahlala phansi ukuba badle, baphuze, basukuma ukuba badlale.” Futhi asingenzi ubufebe njengokuba abanye kubo benza ubufebe, bafa ngalusuku lunye abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu. Futhi asingayilingi iNkosi njengabanye kubo bayilinga, babhujiswa yizinyoka. Futhi ningakhononi njengabanye kubo bakhonona, babhujiswa ngumbulali. Kepha lezo zinto zabehlela bona kube yisibonelo; kulotshelwe ukusiyala thina, osekufikile kithi ukugcina kwezikhathi. Ngakho-ke osuka ethi umi, akaqaphele ukuba angawi.
Funda 1 kwabaseKorinte 10
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 kwabaseKorinte 10:6-12
10 Days
As Christians, we grow up hearing stories about Jesus, who ultimately died in our place, and rose again from death to guarantee our resurrection to heaven. We have the wisdom and knowledge to understand that heaven is our home. We will see the Glory of God in heaven. This 10-day devotion series focuses on our eternal, perfect home in heaven.
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo