I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi Izaga zikaSolomoni 27

1

Izaga zikaSolomoni 27:17

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Insimbi ilola insimbi; kanjalo umuntu ulola ubuso bomngane wakhe.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:17

2

Izaga zikaSolomoni 27:1

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Ungazibongi ngekusasa; ngoba awazi ukuthi usuku luzolethani.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:1

3

Izaga zikaSolomoni 27:6

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Athembekile amanxeba omngane; kepha ukwanga kwesitha kuyinkohliso.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:6

4

Izaga zikaSolomoni 27:19

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Njengoba ubuso emanzini buphendula ubuso, injalo inhliziyo yomuntu kumuntu.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:19

5

Izaga zikaSolomoni 27:2

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Umuntu makakudumise, kungabi owakho umlomo; umfokazi hhayi izindebe zakho.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:2

6

Izaga zikaSolomoni 27:5

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Ukusolwa obala kungcono kunothando oluyimfihlo.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:5

7

Izaga zikaSolomoni 27:15

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Iconsi eliqhubekayo ngosuku lwemvula enkulu nowesifazane oxabanayo kuyafana.

Qhathanisa

Hlola Izaga zikaSolomoni 27:15

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Izaga zikaSolomoni 27

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo