I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi Mathewu 15

1

Mathewu 15:18-19

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Kepha okuphuma emlonyeni kuphuma enhliziyweni; futhi ziyamngcolisa umuntu. Ngokuba enhliziyweni kuphuma imicabango emibi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza

Qhathanisa

Hlola Mathewu 15:18-19

2

Mathewu 15:11

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Akusikhona okungena emlonyeni okungcolisa umuntu; kodwa okuphuma emlonyeni, yikho okumngcolisayo umuntu.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 15:11

3

Mathewu 15:8-9

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami. Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 15:8-9

4

Mathewu 15:28

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

UJesu waphendula wathi kuye: O mame, kukhulu ukukholwa kwakho; Indodakazi yakhe yasinda kusukela ngaleso sikhathi.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 15:28

5

Mathewu 15:25-27

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Wasesiza wakhuleka kuye, wathi: Nkosi, ngisize. Kepha waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, siphonse ezinjaneni. Wathi: “Yebo, Nkosi, nokho nezinjana ziyadla imvuthuluka ewa etafuleni labaninizo.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 15:25-27

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 15

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo