I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi UGenesise 45

1

UGenesise 45:5

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Manje ningabi lusizi, ningazithukutheleli ukuthi nathengisa ngami lapha, ngokuba uNkulunkulu wangithuma phambi kwenu ukulondoloza ukuphila.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 45:5

2

UGenesise 45:8

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Manje akunina ongithume lapha, kodwa uNkulunkulu; wangimisa ngaba nguyise kuFaro, nombusi wendlu yakhe yonke, nombusi ezweni lonke laseGibithe.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 45:8

3

UGenesise 45:7

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

UNkulunkulu wangithuma phambi kwenu ukuba nginigcinele inzalo emhlabeni, ngisindise ukuphila kwenu ngokukhululwa okukhulu.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 45:7

4

UGenesise 45:4

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

UJosefa wayesethi kubafowabo: “Sondelani kimi.” Base besondela. Wathi: “Ngingumfowenu uJosefa enathengisa ngaye eGibithe.”

Qhathanisa

Hlola UGenesise 45:4

5

UGenesise 45:6

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Kule minyaka emibili kwakukhona indlala ezweni, futhi kuseneminyaka emihlanu okungayikuvuna ngayo noma kuvunwe.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 45:6

6

UGenesise 45:3

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Wayesethi uJosefa kubafowabo: “NginguJosefa; ubaba usaphila nabafowabo behluleka ukumphendula; ngoba babetshaywa luvalo phambi kobuso bakhe.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 45:3

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 45

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest