I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi UGenesise 26

1

UGenesise 26:3

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

hlala njengowezizwe kuleli zwe, ngiyakuba nawe, ngikubusise; ngokuba ngiyakukunika wena nenzalo yakho onke lawa mazwe, futhi ngigcwalise isifungo engasifunga kuyihlo u-Abrahama

Qhathanisa

Hlola UGenesise 26:3

2

UGenesise 26:4-5

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Ngiyakwenza inzalo yakho yande ibe ngangezinkanyezi zezulu, nginike inzalo yakho onke lawa mazwe; nangenzalo yakho ziyakubusiswa izizwe zonke zomhlaba; Ngokuba u-Abrahama walilalela izwi lami, wagcina umyalo wami, nemiyalo yami, nezimiso zami, nemithetho yami.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 26:4-5

3

UGenesise 26:22

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Wasuka lapho, wemba omunye umthombo; ngakho-ke abaxabananga; wayibiza ngokuthi iRehoboti; wathi: “Ngokuba manje uJehova usesenzele indawo, futhi siyakuzala ezweni.”

Qhathanisa

Hlola UGenesise 26:22

4

UGenesise 26:2

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

UJehova wabonakala kuye, wathi: “Ungehleli eGibithe; hlala ezweni engizokutshela ngalo

Qhathanisa

Hlola UGenesise 26:2

5

UGenesise 26:25

Contemporary Zulu Bible 2024

CZB24

Wakha khona i-altare, wabiza igama likaJehova, wamisa itende lakhe khona; izinceku zika-Isaka zemba umthombo khona.

Qhathanisa

Hlola UGenesise 26:25

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest