I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi KwabaseRoma 7

1

KwabaseRoma 7:25

IsiZulu 2020

ZUL20

Kepha makabongwe uNkulunkulu ngoJesu Khristu iNkosi yethu. Ngakho-ke mina ngokwami ngikhonza umthetho kaNkulunkulu ngengqondo, kodwa umthetho wesono ngomzimba.

Qhathanisa

Hlola KwabaseRoma 7:25

2

KwabaseRoma 7:18

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngokuba ngiyazi ukuthi kimi, okungukuthi emzimbeni wami, akuhlali lutho oluhle, ngokuba ukuthanda ukwenza okulungileyo kukhona kimi, kodwa ukwenza okuhle akukho.

Qhathanisa

Hlola KwabaseRoma 7:18

3

KwabaseRoma 7:19

IsiZulu 2020

ZUL20

Okuhle engikuthandayo angikwenzi, kodwa okubi engingakuthandiyo, yikho kanye engikwenzayo.

Qhathanisa

Hlola KwabaseRoma 7:19

4

KwabaseRoma 7:20

IsiZulu 2020

ZUL20

Uma-ke ngenza lokho engingakuthandiyo akuseyimi engenza lokho, kodwa yisono esihlala kimi.

Qhathanisa

Hlola KwabaseRoma 7:20

5

KwabaseRoma 7:21-22

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngalokho ngithola ukuthi kunomthetho kimi, okuthi uma ngifuna ukwenza okuhle, okubi kube nami shaqa, nokho ngiyawuthanda umthetho kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi.

Qhathanisa

Hlola KwabaseRoma 7:21-22

6

KwabaseRoma 7:16

IsiZulu 2020

ZUL20

Kepha uma ngenza lokho engingakuthandiyo, ngiyawuvumela umthetho ukuthi muhle.

Qhathanisa

Hlola KwabaseRoma 7:16

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 7

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo