I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi IZenzo 4

1

IZenzo 4:12

IsiZulu 2020

ZUL20

“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”

Qhathanisa

Hlola IZenzo 4:12

2

IZenzo 4:31

IsiZulu 2020

ZUL20

Kwathi sebekhulekile, kwazanyazanyiswa indawo ababehlanganele kuyo, bonke bagcwaliswa nguMoya oNgcwele, bakhuluma izwi likaNkulunkulu ngesibindi.

Qhathanisa

Hlola IZenzo 4:31

3

IZenzo 4:29

IsiZulu 2020

ZUL20

Manje, Nkosi, bheka ukusongela kwabo, unike izinceku zakho ukuba zikhulume izwi lakho ngaso sonke isibindi

Qhathanisa

Hlola IZenzo 4:29

4

IZenzo 4:11

IsiZulu 2020

ZUL20

Yena uyitshe elanqatshwa yinina bakhi, manje eseliyinhloko yegumbi.

Qhathanisa

Hlola IZenzo 4:11

5

IZenzo 4:13

IsiZulu 2020

ZUL20

Kwathi bebona isibindi sikaPhethro noJohane, futhi bazi ukuthi bangabantu abangafundile nabangaqeqeshiwe, bamangala, bazi nokuthi kade benoJesu

Qhathanisa

Hlola IZenzo 4:13

6

IZenzo 4:32

IsiZulu 2020

ZUL20

Isixuku sabakholwayo sasinhliziyonye namphefumulo munye, akubanga bikho noyedwa owathi ngempahla yakhe, ingeyakhe, kodwa bahlanganyela kukho konke.

Qhathanisa

Hlola IZenzo 4:32

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IZenzo 4

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest