I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi 1 KwabaseThesalonikha 4

1

1 KwabaseThesalonikha 4:17

IsiZulu 2020

ZUL20

Lapho-ke, thina esisaphila, sisele, siyakuhlwithwa kanye nabo emafini, sihlangane neNkosi emoyeni. Siyakuhlala nayo njalo iNkosi.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseThesalonikha 4:17

2

1 KwabaseThesalonikha 4:16

IsiZulu 2020

ZUL20

ngokuba iNkosi uqobo iyakukwehla ezulwini ngezwi lenhlokomo, ngephimbo lengelosi enkulu, nangecilongo likaNkulunkulu; abafileyo kuKhristu bayakuvuka kuqala.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseThesalonikha 4:16

3

1 KwabaseThesalonikha 4:3-4

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngokuba lokhu kuyintando kaNkulunkulu ukuba ningcweliswe, nidede ebufebeni; kube yilowo nalowo kini akwazi ukuhlala nomkakhe ngobungcwele nangokuhlonipha

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseThesalonikha 4:3-4

4

1 KwabaseThesalonikha 4:14

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngokuba uma sikholwa ukuthi uJesu wafa, wavuka, ngokunjalo-ke uNkulunkulu uyakubaletha nabaleleyo kuJesu kanye naye.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseThesalonikha 4:14

5

1 KwabaseThesalonikha 4:11

IsiZulu 2020

ZUL20

Nikhuthalele ukuhlala ngokuthula, ninake izindaba zenu, nisebenze ngezandla zenu, njengalokhu saniyala

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseThesalonikha 4:11

6

1 KwabaseThesalonikha 4:7

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngokuba uNkulunkulu kasibizelanga emanyaleni, kodwa wasibizela ebungcweleni.

Qhathanisa

Hlola 1 KwabaseThesalonikha 4:7

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KwabaseThesalonikha 4

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo