1
NgokukaMathewu 12:36-37
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa. Ngokuba ngamazwi akho uyakuthethwa, nangamazwi akho uyakulahlwa.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaMathewu 12:36-37
2
NgokukaMathewu 12:34
Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
Hlola NgokukaMathewu 12:34
3
NgokukaMathewu 12:35
Umuntu omuhle ukhipha okuhle engcebeni yakhe enhle; nomuntu omubi ukhipha okubi engcebeni yakhe embi.
Hlola NgokukaMathewu 12:35
4
NgokukaMathewu 12:31
Ngalokho ngithi kini: Abantu bayakuthethelelwa zonke izono nokuhlambalaza, kepha ukuhlambalaza uMoya akuyikuthethelelwa.
Hlola NgokukaMathewu 12:31
5
NgokukaMathewu 12:33
“Yenzani umuthi ube muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nenze umuthi ube mubi, nesithelo sawo sibe sibi; ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.
Hlola NgokukaMathewu 12:33
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo