I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi NgokukaMathewu 11

1

NgokukaMathewu 11:28

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

“Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.

Qhathanisa

Hlola NgokukaMathewu 11:28

2

NgokukaMathewu 11:29

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo.

Qhathanisa

Hlola NgokukaMathewu 11:29

3

NgokukaMathewu 11:30

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.”

Qhathanisa

Hlola NgokukaMathewu 11:30

4

NgokukaMathewu 11:27

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

“Konke ngikunikelwe nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uYise; akakho futhi owazi uYise, kuphela iNdodana nalowo iNdodana ethanda ukumambulela yena.

Qhathanisa

Hlola NgokukaMathewu 11:27

5

NgokukaMathewu 11:4-5

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

UJesu waphendula, wathi kubo: “Hambani nimlandise uJohane lokhu enikuzwayo nenikubonayo ukuthi: Izimpumputhe ziyabona, izinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, izithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, abampofu bayashunyayezwa ivangeli

Qhathanisa

Hlola NgokukaMathewu 11:4-5

6

NgokukaMathewu 11:15

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Onezindlebe makezwe.

Qhathanisa

Hlola NgokukaMathewu 11:15

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 11

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo