← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 11:35

Ngiyabonga
Izinsuku eziwu 4
Ukubonga kuguqula esinakho kube ngokwanele. Lolu Hlelo LweBhayibheli lwezinsuku ezine oluvela ku-Life.Church luzokusiza uthole umbono wokubonga. Qala ukufunda ingxenye yesibili yochungechunge oluthi Hlala Unethemba olunezingxenye eziyisithupha.

Ukulungisiswa: Isifundo KwabaseRoma
Izinsuku ezingu 16
Ithathwa njengenye yezincwadi ezicebe kakhulu ngokwezenkolo zeTestamente Elisha, eyabaseRoma iyindatshana yemfundiso yenkolo yensindiso. Eqala ngokungabi nathemba kwesimo sethu sokugcwala isono, uPawulu ubonisa indlela uNkulunkulu anikeza ngayo ukulunga kubantu baKhe ngoJesu Kristu. KwabaseRoma, siyakhunjuzwa ukuthi ukulungisiswa akuveli esimweni noma ekuzuzweni kokuziphatha kodwa ekukholweni ekufeni okuthathela indawo nasekuvukeni okukhazimulayo kukaJesu Kristu.