Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseRoma 1:9

Ngiyakhuthaza
Izinsuku eziwu 4
Ukuba ngumgqugquzeli kungaphezu nje kokuhola ngenjabulo. Vumela lolu hlelo lweBhayibheli lwezinsuku ezine oluvela ku-Life.Church likusize uthole ubuhle namandla esikhuthazo. Qala ukufunda ingxenye yesithathu yochungechunge oluthi Hlala Unethemba olunezingxenye eziyisithupha.

Ukulungisiswa: Isifundo KwabaseRoma
Izinsuku ezingu 16
Ithathwa njengenye yezincwadi ezicebe kakhulu ngokwezenkolo zeTestamente Elisha, eyabaseRoma iyindatshana yemfundiso yenkolo yensindiso. Eqala ngokungabi nathemba kwesimo sethu sokugcwala isono, uPawulu ubonisa indlela uNkulunkulu anikeza ngayo ukulunga kubantu baKhe ngoJesu Kristu. KwabaseRoma, siyakhunjuzwa ukuthi ukulungisiswa akuveli esimweni noma ekuzuzweni kokuziphatha kodwa ekukholweni ekufeni okuthathela indawo nasekuvukeni okukhazimulayo kukaJesu Kristu.