Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 26:38

UKristu, uJona wethu Omkhulu
Izinsuku ezi-5
UJona 1:1-17 noMarku 4:1 & 35-41 basinikeze umbono wevangeli okokuqala, mayelana nokungagwemeki kwezivunguvungu zasempilweni, okwesibili, amandla alezi zivunguvungu, futhi okwesithathu, ukuthi ubunjalo bukaJesu Kristu, uJona wethu omkhulu, busenza kanjani sikwazi ukubhekana ngempumelelo nalezi zivunguvungu zasempilweni.

Imizwa
Izinsuku ezingu-7
Iningi lethu lizama ukugwema noma ukungayinaki imizwa yethu. Singaze sizibuze ukuthi ukholo nemizwa yethu kuyizitha yini. Kodwa ngesikhathi esemhlabeni, uJesu wezwa imizwa ejulile. Akazange abe kude nathi. Unathi—ngisho nasemizweni yethu. Kulolu Hlelo LweBhayibheli Lwezinsuku Eziyisi-7 oluhambisana nochungechunge lukaMfundisi Craig Groeschel, Emotions, sizobheka ukuthi uJesu waphila kanjani ukuze sithole ukuthi imizwa yethu ingakhulisa kanjani ukholo lwethu.

Ukukhuleka njengo Jesu
Izinsuku ezingu-7
Ingabe usukulungele ukujulisa impilo yakho yomkhuleko, kodwa awunasiqiniseko ukuthi ungaqala kanjani? Ake sibhekisise iziyalezo uJesu asinika zona mayelana nendlela yokuthandaza kuMathewu 6. Funda ukuthi ungakhuleka kanjani njengoJesu kulolu hlelo lweBhayibheli lwezinsuku ezingu-7 oluvela kuMfundisi u-Amy Groeschel.

Ukucindezeleka
Izinsuku ezingu-7
Ukucindezeleka kungandisa uwukwenza noma ubani zanoma iyiphi iminyaka nganoma yisiphi ngenxa yezizathu eziningana. Loluhlelo lwezinsuku eziyisikhombisa luzokusiza ukuya kuMeluleki Thulisa ingqondo nenhliziyo yakho, usafunda iBhayibheli uzokwazi ukuthola ukuthula, amandla, kanye nothando lwaphakade.

Ngenjabulo Ebekwe Phambi Kwakhe: Inkonzo Yephasika
Izinsuku ezingu-8
Isonto lokugcina ekuphileni kukaJesu kwakungelona isonto elivamile. Kwakuyisikhathi sokuvalelisa okubabayo, ukuphana okukhulu, ukukhaphela okunonya nemithandazo eyazamazamisa izulu. Okuhlangenwe nakho kuleli sonto, kusukela ngeSonto lePalm kuya oVukweni oluyisimangaliso, njengoba sifunda ukulandisa kweBhayibheli ndawonye. Sizojabula kanye nezixuku ezitaladini zaseJerusalema, simemeze ngokuthukuthela kuJudas namasosha amaRoma, sikhale nabesifazane esiphambanweni, futhi sigubhe njengoba kusa ngePhasika!

Ngena Ngokujula nge-14
Izinsuku ezingu 14
Jula. Bhukudela kude. Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-14 lwentsha lusiza ukuyisa ingokomoya lakho kwelinye izinga. Uzothola ithuba lokucwila eZwini likaNkulunkulu futhi uphonselwe inselelo ngokuzinikela kwansuku zonke endleleni.

Umkhuleko
Amaviki awu-21
Funda ukukhuleka kahle, ngemikhuleko yokukholwa kanye ngamazwi kaJesu uqobo. Thola ukukhuthazeka ukuqhubeka ukuletha izicelo zakho kuNkulunkulu ngazo zonke izinsuku, ngokubambelela kanye nokubekezela. Hlola izibonelo zemkhuhleko eyize, yokuzenza olungile, uyilinganise nemikhuleko ecolekile ebuya kulabo abanezinhliziyo ehlanzekile. Khuleka ungaphezi.