Uhlelo lokusebenza lweBhayibheli lumahhala ngokuphelele, akukho ukukhangisa futhi akukho ukuthenga ngaphakathi nohlelo. Thola uhlelo lokusebenza
Imizwa

7 izinsuku
Iningi lethu lizama ukugwema noma ukungayinaki imizwa yethu. Singaze sizibuze ukuthi ukholo nemizwa yethu kuyizitha yini. Kodwa ngesikhathi esemhlabeni, uJesu wezwa imizwa ejulile. Akazange abe kude nathi. Unathi—ngisho nasemizweni yethu. Kulolu Hlelo LweBhayibheli Lwezinsuku Eziyisi-7 oluhambisana nochungechunge lukaMfundisi Craig Groeschel, Emotions, sizobheka ukuthi uJesu waphila kanjani ukuze sithole ukuthi imizwa yethu ingakhulisa kanjani ukholo lwethu.
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusihlinzeka ngalolu Hlelo. Ngemininingwane eminingi, sicela uvakashele: https://www.life.church/
Izinhlelo zohlobo olufanayo

Lindela uNkulunkulu

Uma Impilo Izama Ukukwengamela

Uhlelo Lokufunda Lwezinsuku ezi-3: Uthando Olubukhoma Lwenza

Kwehlukile

Yeka Okwami!

Unyaka wakho Wokuphumelela: Izinsuku ezingu-5 Zokukhuthazwa ukuze Uqale Unyaka Wakho Omusha

Ukuthanda uJesu

Ubuhle Beqiniso: Ukugxila Kulokho Okubaluleke Kakhulu
