Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 26

Indaba yePhasika
Izinsuku ezingu-7
Ungalisebenzisa kanjani isonto lokugcina empilweni yakho ukuba bosowazi ukuthi kungelokugcina lokuphila kwakho? Ngesonto lokugcina uJesu esemhlabeni njengomuntu laligcwele izikhathi ezingakhohlweki, iziprofetho ezagcwaliseka, umthandazo esondele, ingxoxo ejulile, izenzo ezinomfanekiso, nezenzakalo ezishintsha umhlaba. Lwakhelwe ukuqala ngoMsombuluko ngaphambi kwePhasika, usuku ngalunye lwale-Life.Church Bible Plan lukukhapha kulendaba evelayo yesonto elingcwele.

IVangeli likaMathewu
28 Izinsuku
Kulolu hlelo lwesahluko ngosuku ngeVangeli likaMathewu, uzohlangana neNkosi uJesu: ukugcwaliseka kwesiphrofetho seThestamente Elidala, nethemba lomhlaba wonke. Thola ukuthi ungangena kanjani eMbusweni kaNkulunkulu, wandise uMbuso kaNkulunkulu emhlabeni wonke, futhi uzizwele ngokwakho uMbuso kaNkulunkulu, ngokulandisa kukaMathewu ngezimfundiso, izimangaliso, ukufa nokuvuswa kukaJesu. Lolu hlelo lubhalwe ngabe-YouVersion.

AmaVangeli
Izinsuku ezingu 30
Lendlela ihlanganiswe, yase ilethwa abantu baka YouVersion, izokusiza ukuba ukwazi ukufunda kalula, AmaVangeli wowu 4 ezinsukwini ezingu 30. Thola ukuqonda okuhle ngempilo kaJesu kanye nomsebenzi wakhe esikhathini esincane.

Masifunde iBhayibheli ndawonye (uMbasa)
Izinsuku ezingu 30
Ingxenye yesi-4 kuchungechunge lwezingu-12, loluhlelo luhola imiphakathi ekufundeni iBhayibheli lonke ndawonye ezinsukwini ezingu-365. Mema abanye ukuhlanganyela nawe ngaso sonke isikhathi uqala ingxenye entsha ngenyanga ngenyanga. Loluchungechunge lusebenza kahle ngeBhayibheli eliqoshwe ngomsindo - lalela imizuzu engaphansi kongu-20 ngosuku. Ingxenye ngayinye inezahluko zeTestamente eliDala neliSha, kuthi amaHubo achaphake kuzo zonke izingxenye. Ingxenye 4 iqukethe izincwadi ezingokukaMathewu, kanye nekaJobe.