1
NgokukaJohane 17:17
IsiZulu 2020
ZUL20
Bangcwelise ngeqiniso, izwi lakho liyiqiniso.
對照
探尋 NgokukaJohane 17:17
2
NgokukaJohane 17:3
Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi Wena wedwa, Nkulunkulu oqinisileyo, nomthumileyo, uJesu Khristu.
探尋 NgokukaJohane 17:3
3
NgokukaJohane 17:20-21
“Angiceleli laba bodwa, kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo, ukuze bonke babe munye, njengalokhu Wena Baba ukimi, nami ngikuwe, ukuba nabo babe kithina, ukuze izwe likholwe ukuthi ungithumile.
探尋 NgokukaJohane 17:20-21
4
NgokukaJohane 17:15
Angiceli ukuba ubasuse emhlabeni, kodwa ukuba ubavikele komubi.
探尋 NgokukaJohane 17:15
5
NgokukaJohane 17:22-23
Inkazimulo ongiphe yona, nabo ngibaphile, ukuze babe munye, njengalokhu thina simunye. Mina ngikubo, nawe ukimi, baze bapheleliswe ebunyeni, ukuze umhlaba wazi ukuthi Wena ungithumile, nabo wabathanda njengalokhu ungithandile.
探尋 NgokukaJohane 17:22-23
首頁
聖經
計畫
視訊